13 Ngempela, yingakho futhi simbonga singayeki uNkulunkulu, + ngoba ngesikhathi namukela izwi likaNkulunkulu, enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu kodwa njengezwi likaNkulunkulu, njengoba nje liyilo ngempela, okuyilona elisebenzayo futhi kini nina makholwa.