Mathewu 7:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 “Yekani ukwahlulela + ukuze ningahlulelwa; Luka 6:37 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 37 “Ngaphezu kwalokho, yekani ukwahlulela, nani anisoze nahlulelwa; + yekani ukulahla, nani anisoze nalahlwa. Qhubekani nithethelela,* nani niyothethelelwa. *+ Roma 14:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ungubani wena ukuba wahlulele inceku yomunye? + Yinkosi yayo enqumayo ukuthi iyama noma iyawa. + Impela iyomiswa, ngoba uJehova* angayimisa.
37 “Ngaphezu kwalokho, yekani ukwahlulela, nani anisoze nahlulelwa; + yekani ukulahla, nani anisoze nalahlwa. Qhubekani nithethelela,* nani niyothethelelwa. *+
4 Ungubani wena ukuba wahlulele inceku yomunye? + Yinkosi yayo enqumayo ukuthi iyama noma iyawa. + Impela iyomiswa, ngoba uJehova* angayimisa.