Genesise 3:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngenxa yalokho, owesifazane wabona ukuthi isihlahla sasikufanelekela ukudliwa; sasihaleleka ngempela futhi sisihle.* Ngakho wathatha isithelo saso wasidla. + Kamuva wanika nomyeni wakhe lapho sebendawonye, naye wadla. + 1 Johane 2:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 ngoba konke okusezweni—isifiso senyama + nesifiso samehlo + nokugabisa ngalokho umuntu aziphilisa ngakho*—akuveli kuBaba, kodwa kuvela ezweni.
6 Ngenxa yalokho, owesifazane wabona ukuthi isihlahla sasikufanelekela ukudliwa; sasihaleleka ngempela futhi sisihle.* Ngakho wathatha isithelo saso wasidla. + Kamuva wanika nomyeni wakhe lapho sebendawonye, naye wadla. +
16 ngoba konke okusezweni—isifiso senyama + nesifiso samehlo + nokugabisa ngalokho umuntu aziphilisa ngakho*—akuveli kuBaba, kodwa kuvela ezweni.