1 AmaKhosi 3:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ngakho nika inceku yakho inhliziyo elalelayo ukuze yahlulele isizwe sakho, + ihlukanise phakathi kokuhle nokubi, + ngoba ubani okwaziyo ukwahlulela lesi sizwe sakho esikhulu?”* Marku 11:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Kungakho ngithi kini, zonke izinto enizithandazelayo nenizicelayo, yibani nokholo lokuthi senizamukele, niyozithola. + 1 Johane 3:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 futhi noma yini esiyicelayo siyayamukela kuye, + ngoba sigcina imiyalo yakhe futhi senza okumjabulisayo.
9 Ngakho nika inceku yakho inhliziyo elalelayo ukuze yahlulele isizwe sakho, + ihlukanise phakathi kokuhle nokubi, + ngoba ubani okwaziyo ukwahlulela lesi sizwe sakho esikhulu?”*
24 Kungakho ngithi kini, zonke izinto enizithandazelayo nenizicelayo, yibani nokholo lokuthi senizamukele, niyozithola. +
22 futhi noma yini esiyicelayo siyayamukela kuye, + ngoba sigcina imiyalo yakhe futhi senza okumjabulisayo.