2 Korinte 1:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ithemba lethu ngani alintengantengi, njengoba sazi ukuthi njengoba nje nihlupheka njengathi, nani niyothola induduzo efanayo. + Kolose 1:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Ngiyajabula manje ngokuhlupheka kwami ngenxa yenu, + futhi ngicabanga ukuthi angikahlupheki ngokugcwele ngenxa kaKristu, ngenxa yomzimba wakhe, + oyibandla. +
7 Ithemba lethu ngani alintengantengi, njengoba sazi ukuthi njengoba nje nihlupheka njengathi, nani niyothola induduzo efanayo. +
24 Ngiyajabula manje ngokuhlupheka kwami ngenxa yenu, + futhi ngicabanga ukuthi angikahlupheki ngokugcwele ngenxa kaKristu, ngenxa yomzimba wakhe, + oyibandla. +