1 Korinte 9:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Wonke umuntu ongenela umncintiswano* uyazithiba ezintweni zonke. Yiqiniso, bona bakwenza ukuze bathole umqhele owonakalayo, + kodwa thina ongonakali. + 2 Thimothewu 4:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kusukela manje kuqhubeke, ngigcinelwe umqhele wokulunga, + lowo iNkosi, umahluleli olungile, + eyonginika wona njengomvuzo ngalolo suku, + nokho kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abakuthandile ukubonakaliswa kwayo. 1 Petru 1:3, 4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Makadunyiswe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, ngoba ngesihe sakhe esikhulu wasipha ukuzalwa okusha + ethembeni eliphilayo + ngokuvuka kukaJesu Kristu kwabafile, + 4 efeni elingenakonakala nelingangcolile nelingabuni. + Ligcinelwe nina ezulwini, +
25 Wonke umuntu ongenela umncintiswano* uyazithiba ezintweni zonke. Yiqiniso, bona bakwenza ukuze bathole umqhele owonakalayo, + kodwa thina ongonakali. +
8 Kusukela manje kuqhubeke, ngigcinelwe umqhele wokulunga, + lowo iNkosi, umahluleli olungile, + eyonginika wona njengomvuzo ngalolo suku, + nokho kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abakuthandile ukubonakaliswa kwayo.
3 Makadunyiswe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, ngoba ngesihe sakhe esikhulu wasipha ukuzalwa okusha + ethembeni eliphilayo + ngokuvuka kukaJesu Kristu kwabafile, + 4 efeni elingenakonakala nelingangcolile nelingabuni. + Ligcinelwe nina ezulwini, +