-
1 Thimothewu 2:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Ngokufanayo, abesifazane kufanele bazihlobise ngezingubo ezifanelekayo,* ezinesizotha nezibonisa ukuhluzeka kwengqondo,* hhayi ngezitayela zokwaluka izinwele nangegolide noma ngamapharele noma ngezingubo ezibiza kakhulu, + 10 kodwa ngendlela efanele abesifazane abathi bazinikele kuNkulunkulu, + okungukuthi, ngemisebenzi emihle.
-