Mathewu 22:37 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 37 Wathi kuye: “ ‘Kumele uthande uJehova* uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo* wakho nangayo yonke ingqondo yakho.’ + Mathewu 22:39 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 39 Owesibili onjengawo yilo: ‘Kumele uthande umakhelwane wakho njengoba uzithanda wena.’ + Johane 13:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 Ngininika umyalo omusha, wokuba nithandane; njengoba nje nami nginithandile, + ukuba nani nithandane. + Johane 15:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Yilo umyalo wami, ukuba nithandane njengoba nje nami nginithandile. +
37 Wathi kuye: “ ‘Kumele uthande uJehova* uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo* wakho nangayo yonke ingqondo yakho.’ +
34 Ngininika umyalo omusha, wokuba nithandane; njengoba nje nami nginithandile, + ukuba nani nithandane. +