Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 12:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 “Ngenxa yalokhu ngithi kini, abantu bayothethelelwa yonke inhlobo yesono nokuhlambalaza, kodwa ukuhlambalaza umoya ngeke kuthethelelwe. +

  • Marku 3:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Kodwa noma ubani ohlambalaza umoya ongcwele ngeke athethelelwe kuze kube phakade, + kodwa unecala lesono saphakade.” +

  • Luka 12:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Wonke umuntu okhuluma kabi ngeNdodana yomuntu, uyothethelelwa, kodwa noma ubani ohlambalaza umoya ongcwele ngeke athethelelwe. +

  • Hebheru 6:4-6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 Ngoba ngokuqondene nalabo asebeke bakhanyiselwa, + futhi asebeye banambitha isipho sesihle sasezulwini, baba abahlanganyeli bomoya ongcwele, 5 banambitha izwi elihle likaNkulunkulu namandla esimiso sezinto esizayo,* 6 kodwa abaye bawa, + akunakwenzeka ukuba bavuselwe ekuphendukeni futhi, ngoba baphinde bazibethelela iNdodana kaNkulunkulu esigxotsheni futhi bayihlaza obala. +

  • Hebheru 10:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Ngoba uma senza isono ngamabomu ngemva kokuba sesithole ulwazi olunembile lweqiniso, + awusekho umhlatshelo wesono osele, +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela