Johane 13:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ngoba nginibekela isibonelo, sokuthi njengoba nje ngenzile kini, nani nenze kanjalo. + Roma 16:3, 4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngikhonzeleni kuPriska no-Akhwila, + izisebenzi ezikanye nami kuKristu Jesu, 4 abaye bafaka ukuphila kwabo engozini ngenxa yami, *+ nengibabongayo, kungemina kuphela kodwa nawo wonke amabandla ezizwe. 1 Thesalonika 2:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Njengoba sasinithanda ngokujulile, sasizimisele* ukungadluliseli kini nje kuphela izindaba ezinhle zikaNkulunkulu, kodwa nathi* uqobo, + ngoba nathandeka kakhulu kithi. +
3 Ngikhonzeleni kuPriska no-Akhwila, + izisebenzi ezikanye nami kuKristu Jesu, 4 abaye bafaka ukuphila kwabo engozini ngenxa yami, *+ nengibabongayo, kungemina kuphela kodwa nawo wonke amabandla ezizwe.
8 Njengoba sasinithanda ngokujulile, sasizimisele* ukungadluliseli kini nje kuphela izindaba ezinhle zikaNkulunkulu, kodwa nathi* uqobo, + ngoba nathandeka kakhulu kithi. +