2 Nokho, kwaba khona nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengoba beyoba khona abafundisi bamanga naphakathi kwenu. + Laba bayongenisa ngesinyenyela amahlelo ayoqeda ukholo lwenu futhi bayophika ngisho nomnikazi owabathenga, + ngenxa yalokho bayobhujiswa ngokushesha.