2 Thesalonika 2:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Yiqiniso, lokhu kungabi namthetho okuyimfihlakalo sekuyasebenza, + kodwa kuphela kuze kube yilapho lowo njengamanje osebenza njengokuvimbelayo esengasekho endleleni. 1 Johane 2:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Bantwana, yihora lokugcina, futhi njengoba nje nizwile ukuthi umphik’ ukristu uyeza, + ngisho namanje sekunabaphik’ ukristu abaningi; + okuyiqiniso esazi ngalo ukuthi yihora lokugcina.
7 Yiqiniso, lokhu kungabi namthetho okuyimfihlakalo sekuyasebenza, + kodwa kuphela kuze kube yilapho lowo njengamanje osebenza njengokuvimbelayo esengasekho endleleni.
18 Bantwana, yihora lokugcina, futhi njengoba nje nizwile ukuthi umphik’ ukristu uyeza, + ngisho namanje sekunabaphik’ ukristu abaningi; + okuyiqiniso esazi ngalo ukuthi yihora lokugcina.