-
1 Thimothewu 6:17-19IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
17 Yala labo abacebile esimisweni samanje sezinto* ukuba bangaqhoshi,* futhi bangabeki ithemba labo engcebweni engaqinisekile, + kodwa kuNkulunkulu, osinika ngokucebile zonke izinto esizijabulelayo. + 18 Batshele benze okuhle, bacebe emisebenzini emihle, babe nesandla esivulekile,* belungele ukwabelana izinto nabanye, + 19 bezibekelela isisekelo esihle sesikhathi esizayo, + ukuze babambisise ukuphila kwangempela. +
-