Mathewu 10:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Amagama abaphostoli abangu-12 yilawa: + Owokuqala, nguSimoni, obizwa ngokuthi uPetru, + no-Andreya + umfowabo; uJakobe indodana kaZebedewu noJohane + umfowabo; Marku 1:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ngemva kokuqhubekela phambidlana, wabona uJakobe indodana kaZebedewu noJohane umfowabo, wababona besesikebheni belungisa amanethi abo, + Johane 21:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 UPetru waphenduka wabona umfundi uJesu ayemthanda + elandela, lowo owancika esifubeni sakhe ngesikhathi sesidlo sakusihlwa wathi: “Nkosi, ubani okukhaphelayo?”
2 Amagama abaphostoli abangu-12 yilawa: + Owokuqala, nguSimoni, obizwa ngokuthi uPetru, + no-Andreya + umfowabo; uJakobe indodana kaZebedewu noJohane + umfowabo;
19 Ngemva kokuqhubekela phambidlana, wabona uJakobe indodana kaZebedewu noJohane umfowabo, wababona besesikebheni belungisa amanethi abo, +
20 UPetru waphenduka wabona umfundi uJesu ayemthanda + elandela, lowo owancika esifubeni sakhe ngesikhathi sesidlo sakusihlwa wathi: “Nkosi, ubani okukhaphelayo?”