Mathewu 24:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 “Khona-ke abantu bayoninikela osizini + banibulale, + niyozondwa yizizwe zonke ngenxa yegama lami. + IzEnzo 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa nina nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, + nizoba ofakazi + bami eJerusalema, + kulo lonke elaseJudiya naseSamariya, + nasezingxenyeni ezikude kakhulu* zomhlaba.” + IsAmbulo 1:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Mina Johane, umfowenu nomhlanganyeli kanye nani osizini + nasembusweni + nasekukhuthazeleni + kanye noJesu, + ngangisesiqhingini esibizwa ngokuthi iPhatmose ngenxa yokukhuluma ngoNkulunkulu nangenxa yokufakaza ngoJesu. IsAmbulo 6:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Lapho livula uphawu lwesihlanu, ngabona ngaphansi kwe-altare + imiphefumulo *+ yalabo ababulawa ngenxa yezwi likaNkulunkulu nangenxa yomsebenzi wabo wokufakaza. +
9 “Khona-ke abantu bayoninikela osizini + banibulale, + niyozondwa yizizwe zonke ngenxa yegama lami. +
8 Kodwa nina nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, + nizoba ofakazi + bami eJerusalema, + kulo lonke elaseJudiya naseSamariya, + nasezingxenyeni ezikude kakhulu* zomhlaba.” +
9 Mina Johane, umfowenu nomhlanganyeli kanye nani osizini + nasembusweni + nasekukhuthazeleni + kanye noJesu, + ngangisesiqhingini esibizwa ngokuthi iPhatmose ngenxa yokukhuluma ngoNkulunkulu nangenxa yokufakaza ngoJesu.
9 Lapho livula uphawu lwesihlanu, ngabona ngaphansi kwe-altare + imiphefumulo *+ yalabo ababulawa ngenxa yezwi likaNkulunkulu nangenxa yomsebenzi wabo wokufakaza. +