-
IsAmbulo 13:15, 16IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
15 Savunyelwa ukuba sinike isithombe sesilo sasendle umoya,* ukuze lesi sithombe sesilo sasendle sikhulume futhi sibangele ukuba kubulawe bonke abangasoze basikhulekele isithombe sesilo sasendle.
16 Siphoqa bonke abantu—abantukazana nezikhulu, abacebile nabampofu, abakhululekile nezigqila—ukuba babekwe uphawu esandleni sabo sokudla noma esiphongweni* sabo, +
-