-
IsAmbulo 17:8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
8 Isilo sasendle osibonile sasikhona, kodwa manje asisekho, nokho sesizonyuka siphume kwalasha, + futhi sizobhujiswa. Abahlala emhlabeni—labo amagama abo angabhalwanga encwadini yokuphila + kusukela ekusungulweni kwezwe—bayomangala lapho bebona ukuthi isilo sasendle sasikhona, kodwa manje asisekho, kodwa sisazoba khona.
-