Isaya 21:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Bheka: Kuza amadoda egibele inqola yempi edonswa amahhashi!” + Wabe esekhuluma wathi: “Liwile! IBhabhiloni liwile! + Yonke imifanekiso ebaziwe yonkulunkulu balo uyiphihlize yawela emhlabathini!” + Jeremiya 51:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 IBhabhiloni liwe kungazelelwe, liphukile. + Likhaleleni! + Litholeleni ibhalsamu ngenxa yezinhlungu zalo; mhlawumbe lingase lilulame.” IsAmbulo 14:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Nenye ingelosi, eyesibili, yalandela, yathi: “Liwile! IBhabhiloni Elikhulu + liwile, + lona elenza ukuba zonke izizwe ziphuze iwayini lenkanuko* yokuziphatha kabi kwalo ngokocansi!” *+
9 Bheka: Kuza amadoda egibele inqola yempi edonswa amahhashi!” + Wabe esekhuluma wathi: “Liwile! IBhabhiloni liwile! + Yonke imifanekiso ebaziwe yonkulunkulu balo uyiphihlize yawela emhlabathini!” +
8 IBhabhiloni liwe kungazelelwe, liphukile. + Likhaleleni! + Litholeleni ibhalsamu ngenxa yezinhlungu zalo; mhlawumbe lingase lilulame.”
8 Nenye ingelosi, eyesibili, yalandela, yathi: “Liwile! IBhabhiloni Elikhulu + liwile, + lona elenza ukuba zonke izizwe ziphuze iwayini lenkanuko* yokuziphatha kabi kwalo ngokocansi!” *+