Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 10:28
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 28 Ningabesabi labo abangase babulale umzimba kodwa abangeke bakwazi ukunivimba ukuba niphile esikhathini esizayo; + kunalokho yesabani lowo onganibhubhisa eGehena. *+

  • 2 Petru 2:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Futhi washisa amadolobha aseSodoma naseGomora aba umlotha, wawalahla, + ebekela abantu abangamhloniphi uNkulunkulu isibonelo sezinto ezizayo. +

  • Jude 7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Ngendlela efanayo, iSodoma neGomora namadolobha ayeseduze, azinikela ekuziphatheni okubi ngokocansi* ngokwedlulele futhi alandela izifiso zenyama ezingezona ezingokwemvelo; + abekwe phambi kwethu njengesibonelo esiyisixwayiso ngokuthola isijeziso sokwahlulelwa somlilo waphakade. +

  • IsAmbulo 20:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Ukufa neThuna* kwaphonswa echibini lomlilo. + Lokhu kusho ukufa kwesibili, + ichibi lomlilo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela