1 Korinte 15:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Kodwa yilowo nalowo esigabeni sakhe: UKristu ulibo, + kamuva kube yilabo abangabakaKristu phakathi nokuba khona kwakhe. + 1 Korinte 15:52 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 52 ngomzuzwana, ngokuphazima kweso, phakathi necilongo lokugcina. Ngoba icilongo liyokhala, + abafile bayovuswa benokungonakali, futhi thina siyoshintshwa. Filipi 3:10, 11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Inhloso yami iwukumazi uKristu namandla ovuko lwakhe + nokuba ngihlupheke njengaye, + ngizinikele ekufeni okunjengokwakhe, + 11 ukuze ngibone ukuthi kungenzeka yini ngithole uvuko lokuqala kwabafile. + 1 Thesalonika 4:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 ngoba iNkosi ngokwayo iyokwehla ezulwini ngezwi elinegunya, ngezwi lengelosi enkulu + nangecilongo likaNkulunkulu, futhi labo abafe bemunye noKristu bayovuka kuqala. +
23 Kodwa yilowo nalowo esigabeni sakhe: UKristu ulibo, + kamuva kube yilabo abangabakaKristu phakathi nokuba khona kwakhe. +
52 ngomzuzwana, ngokuphazima kweso, phakathi necilongo lokugcina. Ngoba icilongo liyokhala, + abafile bayovuswa benokungonakali, futhi thina siyoshintshwa.
10 Inhloso yami iwukumazi uKristu namandla ovuko lwakhe + nokuba ngihlupheke njengaye, + ngizinikele ekufeni okunjengokwakhe, + 11 ukuze ngibone ukuthi kungenzeka yini ngithole uvuko lokuqala kwabafile. +
16 ngoba iNkosi ngokwayo iyokwehla ezulwini ngezwi elinegunya, ngezwi lengelosi enkulu + nangecilongo likaNkulunkulu, futhi labo abafe bemunye noKristu bayovuka kuqala. +