Numeri 31:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Phela yibona okwathi ngezwi likaBhalami, babangela ukuba ama-Israyeli angathembeki + kuJehova ngokuphathelene nendaba yasePheyori, + kangangokuba inhlangano kaJehova yehlelwa isishayo. + 2 Petru 2:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Bashiye indlela eqondile, badukiswa. Baye balandela indlela kaBhalami, + indodana kaBheyori, owathanda umvuzo ayezowuthola ngokwenza okubi, + Jude 11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kubi kakhulu ngabo, ngoba bahambe endleleni kaKhayini + futhi bagijimela endleleni yokuphambuka kaBhalami + ukuze bathole umvuzo, futhi baye bashabalala enkulumweni kaKhora + yokuhlubuka! +
16 Phela yibona okwathi ngezwi likaBhalami, babangela ukuba ama-Israyeli angathembeki + kuJehova ngokuphathelene nendaba yasePheyori, + kangangokuba inhlangano kaJehova yehlelwa isishayo. +
15 Bashiye indlela eqondile, badukiswa. Baye balandela indlela kaBhalami, + indodana kaBheyori, owathanda umvuzo ayezowuthola ngokwenza okubi, +
11 Kubi kakhulu ngabo, ngoba bahambe endleleni kaKhayini + futhi bagijimela endleleni yokuphambuka kaBhalami + ukuze bathole umvuzo, futhi baye bashabalala enkulumweni kaKhora + yokuhlubuka! +