1 Korinte 5:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kodwa manje nginibhalela ukuba niyeke ukuzihlanganisa *+ nanoma ubani obizwa ngokuthi umzalwane ebe eziphatha kabi ngokocansi* noma engumuntu ohahayo + noma okhonza izithombe noma othuka inhlamba* noma isidakwa + noma umphangi, + ningadli ngisho nokudla nomuntu onjalo. Galathiya 5:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Imisebenzi yenyama ibonakala ngokucacile, iwukuziphatha kabi ngokocansi, *+ ukungcola, ukuziphatha kabi okuhambisana nendelelo, *+ Efesu 5:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngoba niyakwazi lokhu, nikuqaphela ngokwenu, ukuthi akukho muntu oziphethe kabi ngokocansi *+ noma umuntu ongcolile noma umuntu ohahayo, + okusho ukukhonza izithombe, onefa eMbusweni kaKristu nokaNkulunkulu. +
11 Kodwa manje nginibhalela ukuba niyeke ukuzihlanganisa *+ nanoma ubani obizwa ngokuthi umzalwane ebe eziphatha kabi ngokocansi* noma engumuntu ohahayo + noma okhonza izithombe noma othuka inhlamba* noma isidakwa + noma umphangi, + ningadli ngisho nokudla nomuntu onjalo.
19 Imisebenzi yenyama ibonakala ngokucacile, iwukuziphatha kabi ngokocansi, *+ ukungcola, ukuziphatha kabi okuhambisana nendelelo, *+
5 Ngoba niyakwazi lokhu, nikuqaphela ngokwenu, ukuthi akukho muntu oziphethe kabi ngokocansi *+ noma umuntu ongcolile noma umuntu ohahayo, + okusho ukukhonza izithombe, onefa eMbusweni kaKristu nokaNkulunkulu. +