Ingoma 144
Kusho Ukuphila Kwabo
Kulo nyaka womusa,
abantu mabezwe
Ukuthi usuku lolaka
luseduze.
(CHORUS)
Kush’ uk’phila kwabo bonke;
Kusho nok’phila kwethu.
Mabalalele baphile.
Zonke izizwe mazazi;
Mazazi
Kunesigijimi
esisisakazayo.
Simema bonke
babuyisane noMdali.
(Chorus)
Kush’ uk’phila kwabo bonke;
Kusho nok’phila kwethu.
Mabalalele baphile.
Zonke izizwe mazazi;
Mazazi
(BRIDGE)
Akuve kuphuthuma
Ukuba bezwe baphile.
Sifuna uk’bazisa
Amaqiniso ngesihle.
(Chorus)
Kush’ uk’phila kwabo bonke;
Kusho nok’phila kwethu.
Mabalalele baphile.
Zonke izizwe mazazi;
Mazazi