Novemba 6-12
AMOSE 1-9
INgoma 144 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Funani UJehova, Niqhubeke Niphila”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sika-Amose.]
Am 5:4, 6—Kumelwe sazi uJehova futhi senze intando yakhe (w04 11/15 24 ¶20)
Am 5:14, 15—Kumelwe samukele umbono kaJehova ngokuphathelene nokulungile nokungalungile futhi sifunde ukuwuthanda (jd 90-91 ¶16-17)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Am 2:12—Singasisebenzisa kanjani isifundo esisithola kula mavesi? (w07 10/1 14 ¶9)
Am 8:1, 2—Wawusho ukuthini “ubhasikidi wezithelo zasehlobo”? (w07 10/1 14 ¶6)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Am 4:1-13
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala ividiyo ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukubuyela Koxoxe Naye”: (15 imiz.) Ingxoxo. Ngemva kwalokho, dlala ividiyo ebonisa abamemezeli ababili ababuyela kothile ababexoxe naye, bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr kk. “Ingxenye 7—Izithembiso ZoMbuso—Ukwenza Zonke Izinto Zibe Zintsha,” isahl. 21 ¶1-7
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 128 Nomthandazo