Febhuwari 12-18
MATHEWU 14-15
INgoma 20 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukondla Abaningi Ngezandla Zabambalwa”: (10 imiz.)
Math 14:16, 17—Abafundi babenezinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili kuphela (w13 7/15 15 ¶2)
Math 14:18, 19—UJesu wondla izixuku esebenzisa abafundi bakhe (w13 7/15 15 ¶3)
Math 14:20, 21—Isimangaliso sikaJesu sazuzisa izinkulungwane (iphuzu lokucwaninga uMath 14:21 kuyi-nwtsty-E; w13 7/15 15 ¶1)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 15:7-9—Kungani kumelwe sibugweme ubuzenzisi? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E)
Math 15:26—Yini okungenzeka uJesu wayeyisho lapho esebenzisa amazwi athi ‘izinjana’? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 15:1-20
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w15 9/15 19 ¶14-17—Isihloko: Gxila KuJesu Ukuze Uqinise Ukholo Lwakho.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Ukwakha Abangane: (7 imiz.) Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, cela izingane ezisencane ozikhethile ukuba zize phambili, bese uzibuza imibuzo elandelayo: Kungani kufanele sikhethe abangane abathanda uJehova? Yini esingayifunda kubo?
“Hlonipha Uyihlo Nonyoko”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngingaxoxa Kanjani Nabazali Bami? esengxenyeni ethi Ukufunda Ngemidwebo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 4 ¶1-11
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 131 Nomthandazo