AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | EKSODUSI 19-20
Ikusiza Ngani IMithetho Eyishumi
Akusadingeki amaKristu alalele uMthetho KaMose. (Kol 2:13, 14) Pho iMithetho Eyishumi nayo yonke eminye iMithetho isisiza ngani namuhla?
Ibonisa indlela uJehova abheka ngayo izinto ezindabeni ezithile
Isibonisa lokho uJehova alindele ukuba sikwenze ukuze simjabulise
Isibonisa indlela okufanele siphathane ngayo
Yini oyifunda ngoJehova uma ufunda iMithetho Eyishumi?