INgoma 85
Ujehova Uyisiphephelo Sethu
1. Mehova uyinqaba
Uyas’londoloza.
Umthunzi kaSomandla,
Sihlale kuwona.
Uyok’sindis’ esifweni
Nakubona abacuphi.
Mehova yis’vikelo;
Ungumthunzi wabanom’sa.
2. Nom’ eceleni kwakho
Kuw’ inkulungwane.
Eziy’shum’ kwesok’nene,
Ngeke ulimale.
Awuy’kwesaba nomake
KusondeP ingozi kuwe.
Yibuke nje ngamehlo,
Uyophepha phansi kwakhe.
3. Awuyikuvelelwa
Usizi nengozi.
Ngezingelosi zakhe
Ungumlondolozi.
Awuy’kwesab’ ingonyama
NebuluP uyol’nyathela.
Awuy’kukhutshwa itshe
Uma ukhonza iNkosi.
4. Memezelani ngaye
Nokulunga kwakhe.
Yazisan’ izwe lonke
Ngezimiso zakhe.
Masizinikele kuye;
Sibon’ usindiso lwakhe.
Mehova uyinqaba,
Ngumbhoshong’ igama lakhe.