Ingxenye 1
“Ningofakazi Bami,” Usho UJehova
Kungani uJehova engase abe nofakazi? Bangobani? Lengxenye (iZahluko 1 kuya ku-9) inikeza ukubukezwa okufingqiwe kokusebenzisa kukaJehova ofakazi kusukela ezikhathini zasendulo kuze kube sosukwini lwethu.
Ingxenye ngayinye ezolandela inengxoxo eningilizayo ngokuphathelene nesici esithile salowomlando.
[Isithombe esigcwele ikhasi 8]