INgoma 89
Ukunxusa KukaJehova Komusa: “Hlakanipha, Ndodana Yami”
Uhlelo Oluprintiwe
1. Zinsizwa nezintombi,
ngilaleleni.
Isitha sam’
esingiklolodelayo,
Masibone
ukuzinikela kwenu;
Bonke babon’
ukuthi niyangithanda.
(CHORUS)
Ndodakazi nawe ndodana,
Ngijabuliseni njalo.
Khonzani ngenhliziyo yonke,
Nikwenze ngokuz’thandela.
2. Jab’lani niz’nikele
ngokuphelele,
Ngisho noma niwa,
ngeke nginiyeke.
Noma nibhekana
nokudumazeka,
Yazini ukuthi
niyigugu kimi.
(CHORUS)
Ndodakazi nawe ndodana,
Ngijabuliseni njalo.
Khonzani ngenhliziyo yonke,
Nikwenze ngokuz’thandela.
(Bheka noDut. 6:5; UmSh. 11:9; Isaya 41:13.)