AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 142-150
“UJehova Mkhulu Futhi Kumelwe Adunyiswe Kakhulu”
Lapho uDavide eqaphela ukuthi ubukhulu bukaJehova abunamkhawulo, washukumiseleka ukuba amdumise phakade
NjengoDavide, izinceku eziqotho zikaJehova zishukumiseleka ukuba zikhulume njalo ngezenzo zaKhe ezinkulu
UDavide wayeqiniseka ngokuthi uJehova uyafisa ukunakekela zonke izinceku zaKhe futhi uyakwazi ukwenza kanjalo