6 “Ngakho-ke yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuthi, ‘NginguJehova, futhi ngokuqinisekile ngizonikhipha ngaphansi kwemithwalo esindayo yabaseGibhithe nginikhulule ekugqilazweni yibo,+ futhi impela ngizonophula ngengalo eyeluliweyo nangezahlulelo ezinkulu.+