31 Kodwa uma kwenzeka umpristi ebona ukuqothuka kwezinwele okungavamile, futhi bheka! kubonakala kushonile kunesikhumba, zingekho izinwele ezimnyama kuso, khona-ke umpristi kumelwe enze umuntu onalokhu kuqothuka kwezinwele okungavamile abe ohlukanisiwe+ izinsuku eziyisikhombisa.+