15 Kepha noma yimuphi umphefumulo odla ingcuba noma into edwengulwe isilo sasendle,+ kungakhathaliseki ukuthi ungowokuzalwa noma ungumfokazi, kufanele ahlanze izingubo zawo futhi ugeze ngamanzi ube ongcolile kuze kuhlwe;+ ngemva kwalokho uyoba ngohlanzekile.