7 Kodwa uthé kimi: ‘Bheka! Uzokhulelwa, futhi ngokuqinisekile uzozala indodana.+ Manje ungaliphuzi iwayini noma uphuzo oludakayo, futhi ungadli lutho olungcolileyo, ngoba umntwana uyoba umNaziri kaNkulunkulu lapho ephuma esiswini kuze kube sosukwini lokufa+ kwakhe.’”