-
2 Samuweli 14:19INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
19 Inkosi yaqhubeka yathi: “Ingabe isandla sikaJowabe+ sinawe kukho konke lokhu?”+ Khona-ke owesifazane waphendula wathi: “Kuphila komphefumulo wakho,+ nkosi yami inkosi, akekho umuntu ongaya kwesokunene noma aye kwesobunxele kukho konke inkosi yami inkosi ekukhulumile; ngoba yinceku yakho uJowabe engiyalile, futhi yiyo efunze wonke la mazwi emlonyeni wencekukazi yakho.+
-