33 Ngemva kwale nto uJerobowamu akazange abuye endleleni yakhe embi, kodwa waphinda wathatha abanye kubantu abavamile nje wabenza abapristi bezindawo eziphakeme.+ Noma ubani owayekujabulela, wayegcwalisa isandla sakhe ngamandla,+ ethi: “Makabe ngomunye wabapristi bezindawo eziphakeme.”