31 Ngoba ngizwé izwi elinjengelowesifazane ogulayo, usizi olunjengolowesifazane obeletha ingane yakhe yokuqala,+ izwi lendodakazi yaseZiyoni elokhu ibitoza ifuna umoya. Iqhubeka yeneka izintende zezandla zayo ithi:+ “Maye kimi, manje, ngoba umphefumulo wami ukhathele ngababulali!”+