22 Kumelwe uthi, ‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushilo: “Bheka ngimelene nawe,+ Sidoni, futhi ngokuqinisekile ngizokhazinyuliswa phakathi kwakho;+ abantu bayokwazi ukuthi nginguJehova lapho ngenza kulo izenzo zokwahlulela+ futhi empeleni ngingcweliswa kulo.+