31 Bazongena beze kuwe, njengokungena kwabantu, bahlale phambi kwakho njengabantu bami;+ futhi ngokuqinisekile bazowezwa amazwi akho kodwa ngeke bawenze,+ ngoba ngomlomo wabo bazwakalisa izifiso zokukhanuka futhi inhliziyo yabo ilandela inzuzo yabo engenabulungisa.+