10 Wena ngokwakho nkosi, ukhiphe umyalo wokuthi wonke umuntu ozwa umsindo wophondo, igemfe, ihabhu elizintambontambo, ihabhu elingunxantathu, insimbi yomculo enezintambo, nomtshingo nazo zonke izinhlobo zezinsimbi zomculo,+ kufanele awe phansi futhi akhulekele umfanekiso wegolide;