-
Daniyeli 5:21INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
21 Waxoshwa kubantwana babantu, nenhliziyo yakhe yenziwa yaba njengeyesilwane, futhi indawo yakhe yokuhlala yayikanye nezimbongolo zasendle.+ Wayephiwa izimila ukuba adle njengezinkomo, nomzimba wakhe wamanziswa amazolo ezulu,+ waze wazi ukuthi uNkulunkulu oPhezukonke unguMbusi embusweni wesintu, nokuthi lowo afuna ukummisa, uyammisa phezu kwawo.+
-