6 Ngoba, bheka! kuyodingeka ukuba bahambe ngenxa yokuphangwa.+ IGibhithe ngokwalo liyobaqoqela ndawonye;+ iMemfisi+ lona, liyobangcwaba. Ngokuqondene nezinto zabo ezifiselekayo zesiliva, ziyothathwa yizimbabazane;+ ematendeni abo kuyoba nezihlahla ezinameva.+