4 Empeleni ngalolo suku izinyawo zakhe ziyokuma phezu kwentaba yeminqumo, ephambi kweJerusalema, empumalanga;+ intaba yeminqumo+ iyoqhekeka phakathi,+ kusukela empumalanga kuya entshonalanga. Kuyoba khona isigodi esikhulu kakhulu; ingxenye yentaba iyogudlulelwa enyakatho, nengxenye yayo eningizimu.