17 Nokho, ezinsukwini ezintathu kamuva wabizela ndawonye labo ababengamadoda avelele kumaJuda. Lapho sebehlangene, wathi kubo: “Madoda, bafowethu, nakuba ngingenzanga lutho oluphambene nabantu noma amasiko okhokho bethu,+ eJerusalema nganikelwa ezandleni zamaRoma njengesiboshwa.+