Umbhalo Waphansi a Umfowabo ka-Abrama uNahori wasala, mhlawunbe ukuze aqedele ibhizinisi elithile noma izindaba zomnuntu siqu. Kodwa kamuva inzalo kaNahori nayo yashiya iUri futhi, yakhonza uJehova eHarana.—Genesise 11:31; 24:1-4, 33; 27:43; 29:4.