Umbhalo Waphansi
a Ngokwesibonelo, lapho ebuza ukuthi kungani umJuda ekhuluma nomSamariya, uthinta ingxabano endala yalezi zizwe ezimbili. (Johane 4:9) Ugomela nangokuthi abantu bakubo bayinzalo kaJakobe, okuyinto ayengafuni nakuyizwa amaJuda angalolo suku. (Johane 4:12) Abiza amaSamariya ngokuthi amaKhutha ukuze agcizelele ukuthi azalwa abantu bezizwe.