Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO

Umbhalo Waphansi

a Umthetho kaHammurabi wawungenawo amalungiselelo anjalo; futhi phakathi kwamaGibithe asendulo akuzange kutholakale umthetho wezempilo ongaqhathaniswa nawo, nakuba ayesebenzisa izindlela ezithuthukile zokwelapha. Incwadi ethi Ancient Egypt ithi: “Imilingo nezindlela zokwenza imilingo kuxutshaniswe ngokukhululekile [emibhalweni yezemithi yaseGibithe] nemithi eyamukelekayo.” Nokho, uMthetho kaNkulunkulu wawungenawo amathonya obudemoni kodwa wawunengqondo ngokwesayensi. Ngokwesibonelo, kusezikhathini zanamuhla kuphela lapho odokotela beye babona isidingo sokugeza ngemva kokuthinta izidumbu, okuyinto uMthetho kaMose owayidinga ezinkulungwaneni zeminyaka edlule!—Numeri, isahluko 19.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela