Umbhalo Waphansi
a Uma kubalwa ngokweBhayibheli, kulo nyaka ka-2002, u-Nisan 14 uqala ngokushona kwelanga, ngoLwesine, March 28. Kusihlwa ngalolo suku, oFakazi BakaJehova kuwo wonke umhlaba bayohlangana ukuze bakhumbule ukufa kweNkosi, uJesu Kristu.