Umbhalo Waphansi
b Nakuba ukulandisa kungalivezi igama lika-Eliyezeri, kungenzeka ukuthi kwakunguye inceku okukhulunywa ngayo. U-Abrahama wake wafuna ukukhetha u-Eliyezeri njengomuntu owayezozuza lonke ifa lakhe uma kwenzeka engabi nayo indlalifa, ngakho ngokuqinisekile wayeyinceku endala nethenjwayo kunazo zonke izinceku zakhe. Ichazwa kanjalo nenceku okukhulunywa ngayo kulokhu kulandisa.—Genesise 15:2; 24:2-4.