Umbhalo Waphansi
c Abadala abanalo igunya lokunqumela abanye ukuthi bazijabulise ngani. Kunalokho, umKristu ngamunye kumelwe asebenzise unembeza wakhe oqeqeshwe ngeBhayibheli lapho ekhetha lokho azokufunda, akubukele noma akudlale. Izinhloko zemindeni ezihlakaniphile ziyaqikelela ukuthi imindeni yazo izijabulisa ngezinto ezivumelana nezimiso zeBhayibheli.—Bheka isihloko esiku-jw.org/zu esithi® “Ingabe OFakazi BakaJehova Bayawenqabela Amabhayisikobho, Izincwadi Noma Izingoma Ezithile?” ngaphansi kwesithi MAYELANA NATHI > IMIBUZO EVAME UKUBUZWA NGOFAKAZI BAKAJEHOVA..